Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 48:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wababusisa ngalolo suku, wathi: “Ngawe u-Israyeli uyakubusisa ngokuthi: ‘UNkulunkulu akwenze ube njengo-Efrayimi nanjengoManase; wabeka u-Efrayimi phambi kukaManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesebabusisa ngalolo suku ngokuthi: “Ngawe u-Israyeli uyakubusisa ethi: ‘UNkulunkulu makakwenze ube njengo-Efrayimi nanjengoManase.’ ” Wayesembeka-ke u-Efrayimi ngaphambi kukaManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Ngakho-ke uJakobe wababusisa kanjalo ngalolo lusuku, ethi: “Ngawe u-Israyeli uyakubusisana athi: ‘UNkulunkulu makakwenze ufane no-Efrayimi noManase.’ ” UJakobe wambeka u-Efrayimi waba phambi kukaManase.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 48:20
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Basebembusisa uRebeka, bathi kuye: Wena ungudadewethu, ube ngunina wezinkulungwane zezigidi, inzalo yakho idle ilifa lesango lalabo abayizondayo.


Futhi uNkulunkulu uSomandla akubusise futhi akwenze uzale futhi akwandise, ukuze ube yisixuku sabantu;


U-Israyeli wayesethi kuJosefa: “Bheka, ngiyafa, kepha uNkulunkulu uyakuba nani, anibuyisele ezweni lawoyihlo.


Owesizwe sakwaJosefa, owesizwe sakwaManase, uGadi indodana kaSusi.


Lawa angamagama amadoda uMose awathuma ukuba ahlole izwe. UMose wabiza uHoseya, indodana kaNuni, ngokuthi uJoshuwa.


Owesizwe sakwa-Efrayimi: uHoseya indodana kaNuni.


Ngosuku lwesikhombisa u-Elishama indodana ka-Amihudi, isikhulu sabantwana bakwa-Efrayimi, wanikela.


Ngosuku lwesishiyagalombili uGamaliyeli indodana kaPedasuri, isikhulu sabantwana bakwaManase, wanikela.


Ngokukholwa uJakobe esezakufa wabusisa amadodana kaJosefa omabili; wakhuleka encika esihlokweni sodondolo lwakhe.


Abantwana bakwaJosefa bakhuluma kuJoshuwa, bathi: “Ninginikeni inkatho eyodwa kuphela nesabelo esisodwa sefa, lokhu ngingabantu abaningi, lokhu uJehova ungibusisile kuze kube manje na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ