Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 48:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 UJosefa wayesethi kuyise: “Qha, baba, ngokuba lo uyizibulo; beka isandla sakho sokunene ekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayesethi uJosefa kuyise: “Kungabi njalo, ngokuba lo uyizibulo; beka esokunene sakho ekhanda lakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UJosefa wathi kuyise: “Hhayi kanjalo baba, ngokuba lona nguye oyizibulo, beka isandla sakho sokunene ekhanda lakhe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 48:18
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URebeka wayesethatha izingubo ezinhle ku-Esawu indodana yakhe enkulu, owayenaye endlini, wamembathisa uJakobe indodana yakhe encane.


ULabani wasesithi: Lokhu kakumelanga kwenziwe elizweni lakithi ukuthi kwendiswe omncane ngaphambi kwezibulo.


Bahlala phambi kwakhe, izibulo njengobuzibulo balo, omncane njengobuncane bakhe; amadoda amangala wodwa.


UJosefa esebona ukuthi uyise ubeke isandla sakhe sokunene ekhanda lika-Efrayimi, kwakungalungile kuye;


Uyise wala wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi lokhu; kodwa ngempela, umfowabo omncane uyakuba mkhulu kunaye, nenzalo yakhe iyoba uquqaba lwezizwe.


Rubeni, uyizibulo lami, amandla ami, nengqalo yamandla ami, ubuhle besithunzi, nobuhle bamandla.


Akunjalo; hambani manje, nina bantu, nikhonze uJehova; ngalokho obukufisayo. Futhi baxoshwa ebusweni bukaFaro.


Kodwa ezihlakaniphileyo zaphendula zathi: Hatshi; hlezi angasaneli thina lani; kodwa hambani kakhulu kwabathengisayo, lizithengele.


Kepha uPetru wathi: “Qha, Nkosi; ngoba kangizange ngikudle okungcolileyo lokungcolileyo.


Kodwa ngathi: Qha, Nkosi, ngokuba akukho okuyichilo nokungcolileyo akuzange kungene emlonyeni wami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ