Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 48:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Amehlo ka-Israyeli ayefiphele ngenxa yokuguga, engasaboni. Waziletha kuye; wasebanga, wawagona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha amehlo ka-Israyeli ayefiphele ngobudala, engasenakubona; wawasondeza kuye; wawanga, wawagona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Amehlo ka-Israyeli ayesenqundekile ngenxa yobudala, engasaboni kahle. Ngakho-ke uJosefa wawasondeza, wayeseyawanga, wawagona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 48:10
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi u-Isaka esemdala, namehlo akhe esequndekile, engasaboni, wabiza u-Esawu izibulo, wathi kuye: “Ndodana yami,” wathi kuye: “Bheka, ngilapha.”


Wasondela, wamanga, wezwa iphunga lezingubo zakhe, wambusisa, wathi: “Bheka, iphunga lendodana yami linjengephunga lensimu eyibusisile uJehova.”


ULabani wavuka ekuseni kakhulu, wanga amadodana akhe namadodakazi akhe, wawabusisa; uLabani wahamba, wabuyela endaweni yakhe.


Ngaphezu kwalokho, wabanga bonke abafowabo wakhala phezu kwabo; ngasemuva abafowabo bakhuluma kuye.


UIsrayeli wasesithi kuJosefa: Ngangingacabangi ukuthi ngizakubona ubuso bakho; khangela-ke, uNkulunkulu ungibonisile lenzalo yakho.


U-Israyeli wabona amadodana kaJosefa wathi: “Angobani na?


Wazishiya izinkabi, wagijima emva kuka-Eliya, wathi: “Ake ngange ubaba nomame, bese ngiyakulandela.” Wathi kuye: “Buyela emuva, ngokuba ngenzeni kuwe na?”


Mhla abalindi bendlu bethuthumela, bakhothama abanamandla, nabasilayo beyeka, ngokuba bayingcosana, nababuka ngamafasitele babe mnyama;


Bheka, isandla sikaJehova asisifushane ukuba sikhulule; nendlebe yakhe ayinzima ukuba ingezwa;


Yenza inhliziyo yalaba bantu ikhuluphale, wenze izindlebe zabo zibe lukhuni, uvale amehlo abo; funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqedisise ngenhliziyo, baphenduke, baphiliswe.


UMose wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili ekufeni kwakhe; iso lakhe lalingafiphele, namandla akhe emvelo ayengakanciphi.


Kwathi ngaleso sikhathi u-Eli elele endaweni yakhe, namehlo akhe eqala ukuqundeka ukuba angaboni;


U-Eli wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalombili; amehlo akhe ayefiphele ukuba angaboni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ