Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 45:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Abantwana bakwa-Israyeli benze njalo; uJosefa wabanika izinqola njengesiyalo sikaFaro, wabanika ukudla kwendlela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Enze njalo amadodana ka-Israyeli. UJosefa wabapha izinqola njengesiyalo sikaFaro, wabanika nomphako wendlela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Amadodana ka-Israyeli enza njengalokhu eyaliwe. UJosefa wawanika izinqola nomphako njengokusho kukaFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 45:21
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje uyaliwe, kwenze; zithatheleni izinqola ezweni laseGibithe, nithathele abancane benu nabafazi benu, nilethe uyihlo, nize.


Unganaki impahla yakho; ngoba okuhle kwezwe lonke laseGibhithe kungokwenu.


Basebemtshela wonke amazwi kaJosefa abewakhulume kubo; lapho ebona izinqola uJosefa ayezithumele ukuba zimthwale, umoya kayise uJakobe waphila.


UJakobe wasuka eBeri Sheba; abantwana bakwa-Israyeli bamthwala uJakobe uyise, nabantwana babo, nawomkabo, ezinqoleni uFaro ayezithumele ukuba zimthwale.


Ngakho-ke yonke inkonzo kaJehova yalungiselelwa ngalolo suku ukwenza iphasika nokunikela ngeminikelo yokushiswa e-altare likaJehova njengomyalo wenkosi uJosiya.


yebo ngokwesilinganiso esithile izinsuku zonke, umnikelo womyalo kaMose, ngamasabatha, nokuthwasa kwenyanga, nangemikhosi, kathathu ngomnyaka, ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo nangomkhosi. Lamasonto, nangomkhosi wamadokodo.


Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lasuka ehlane laseSini ngamabanga alo njengesiyalezo sikaJehova, lamisa eRafidimi; kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.


Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu.


UJehova ulungile; ngokuba ngahlubuka emyalezweni wakhe.


Bayakukufikela benezinqola, nezinqola, namasondo, nesixuku sabantu abayakumisa isihlangu nesihlangu nesigqoko nxazonke zakho; futhi ngiyobeka umthetho phambi kwabo, futhi bayokwahlulela ngokwezahlulelo zabo.


UMose wababala njengezwi likaJehova, njengalokho eyaliwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ