Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 42:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Niyakuvivinywa ngalokhu: Kuphila kukaFaro aniyikusuka lapha, uma umfowenu omncane engezi lapha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Niyakuvivinywa ngalokhu, kuphila kukaFaro, aniyikumuka lapha, kuphela uma umfowenu omncane efika lapha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Ngimfunge uFaro, nizovivinywa ngalokhu, ngeke nihambe uma umfowenu omncane engafiki lapha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 42:15
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho uSawule ebona uDavide ephuma ukuhlangabezana nomFilisti, wathi ku-Abineri induna yempi: “Abineri, iyindodana kabani le nsizwa na? U-Abineri wayesethi: “Kuphila komphefumulo wakho, nkosi, angikwazi ukusho.


Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi, noma izulu, noma umhlaba, noma esinye isifungo; noCha wenu, cha; funa niwele ekwahlulelweni.


Ngizokuthethelela kanjani kulokhu? abantwana bakho bangishiyile, bafunga abangesibo onkulunkulu;


Noma bengathi: Kuphila kukaJehova! impela bafunga amanga.


UDavide wabuye wafunga, wathi: “Uyihlo uyazi impela ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho; wathi: “UJonathani makangakwazi lokho, funa abe lusizi; kodwa kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, kukhona isinyathelo esisodwa phakathi kwami nokufa.


Wathi: “O nkosi yami, zonke izinsuku zomphefumulo wakho usaphila, nkosi yami, ngingowesifazane owayemi nawe lapha, wakhuleka kuJehova.”


Kumelwe umesabe uJehova uNkulunkulu wakho, umkhonze, ufunge igama lakhe.


UJuda wakhuluma kuye, wathi: “Lowo muntu wasola kithi, wathi: “Aniyikubona ubuso bami, uma umfowenu engekho kini.”


Nilethe umfowenu omncane kimi; khona ngiyakwazi ukuthi anisizo izinhloli, kodwa ukuthi ningamadoda angempela; ngalokho ngiyakuhlenga wena, umfowenu, uhwebe ezweni.


Indoda, inkosi yezwe, yakhuluma kabi kithi, yasithatha njengezinhloli zezwe.


Kodwa lilethe kimi umfowenu olicinathunjana; ngakho amazwi enu ayakuqiniswa, futhi aniyikufa. Benza kanjalo.


Thumani omunye wenu ukuba amlande umfowenu, wena uyakuba etilongweni, ukuze kuvivinywe amazwi akho ukuthi kukhona yini iqiniso kuwe;


Wathi kubo: “Qha, nize ukubona ubuze bezwe.”


UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla.


UJosefa wathi kubo: “Yilokhu engakhuluma kini ngathi: Niyizinhloli;


Kodwa uma ungamthumi, asiyikwehla; ngoba lowomuntu wathi kithi: Kaliyikubona ubuso bami ngaphandle kokuthi umfowenu elaye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ