Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Inala ayisayikwaziwa ezweni ngenxa yendlala ezolilandela; ngoba kuzoba nzima kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Inala ayiyukwaziwa ezweni ngenxa yendlala elandelayo, ngokuba iyakuba nzima kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Akusayukukhumbuleka ukuthi kwake kwaba khona inala ngenxa yendlala elandelayo, eyoba nzima kakhulu ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:31
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emva kwayo kuyakuvela iminyaka eyisikhombisa yendlala; futhi yonke inala iyokhohlakala ezweni laseGibhithe; indlala iyakudla izwe;


Ngakho iphupho likaFaro laphindwa kabili; kungenxa yokuthi indaba inqunywe nguNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uzoyenza maduzane.


Umhlaba uyantengantenga njengesidakwa, nanjengendlu encane uyanyakaza; futhi isiphambeko sakhe siyakuba nzima phezu kwakhe; futhi liyowa lingaphinde livuke.


Kepha isandla sikaJehova saba nzima phezu kwabo kwase-Ashidodi, wabachitha, wababulala ngenkemba, i-Ashidodi nemikhawulo yalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ