Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Induna yabaphathizitsha yamlandisa uJosefa iphupho layo, yathi kuye: “Ephusheni lami, nanto isivini phambi kwami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Induna yabaphathizitsha yayisimlandisa uJosefa iphupho layo, yathi kuye: “Ephusheni lami kwakukhona umvini phambi kwami;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ngakho-ke induna yabaphathindebe yamtshela uJosefa iphupho layo. Yathi kuye: “Ephusheni lami bekunesihlahla somvini phambi kwami,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emva kwalezo zinto umphathizitsha wenkosi yaseGibithe nombhaki bakhubekisa inkosi yabo, inkosi yaseGibithe.


Emvinini kwakukhona izicucu ezintathu, okungathi umile, uqhakazile izimbali; amahlukuzo awo athela izithelo zomvini ezivuthiwe;


UFaro wazithukuthelela izinceku zakhe ezimbili, induna yabaphathizitsha nenduna yababhaki.


Bathi kuye: “Siphuphe iphupho, akakho olichazayo.” UJosefa wathi kubo: “Izincazelo azikaNkulunkulu na? ngicela ungitshele.


Wena, nkosi, wabona, futhi bheka, kwakukhona isithombe esikhulu. Lesi sithombe esikhulu, ukubengezela kwaso kwakukuhle, sasimi phambi kwakho; nokuma kwayo kwakukubi.


Kepha ekugcineni wangena phambi kwami uDaniyeli ogama lakhe lalinguBelitshasari njengegama likankulunkulu wami, okukuye umoya wawonkulunkulu abangcwele; ngalandisa iphupho phambi kwakhe, ngathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ