Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kwathi induna yabaphekizinkwa ibona ukuthi ingcazelo yayinhle, yathi kuJosefa: “Nami ephusheni lami, bheka, nganginamaqoma amathathu amhlophe ekhanda lami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwathi induna yabaphekizinkwa ibona ukuthi lokho kuchazwa kwakukuhle, yathi kuJosefa: “Nakimi ephusheni lami kwakungathi kukhona amaqoma amathathu esinkwa esimhlophe ekhanda lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Lapho induna yababhakizinkwa ibona ukuthi incazelo ibe yinhle, yathi kuJosefa: “Nami ephusheni lami bekunamaqoma amathathu ezinkwa ezimhlophe ekhanda lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:16
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Eqomeni eliphezulu kwakukhona zonke izinhlobo zenyama eyosiwe kaFaro; izinyoni zakudla eqomeni elisekhanda lami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ