Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 39:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wabeka ingubo yakhe kuye, yaze yafika inkosi yakhe ekhaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesebeka le ngubo kuye, yaze yafika ekhaya inkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wayigcina leyo ngubo eduze kwakhe, waze wabuya umyeni wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 39:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esezwile ukuthi ngiphakamise izwi lami ngikhala, washiya ingubo yakhe kimi, wabaleka, wayikhiphela phandle.


Wasekhuluma kuye njengalamazwi wathi: Inceku engumHebheru osilethele yona ingene ukuzodlala ngami.


Omubi uceba uzungu ngolungileyo, amgedlele amazinyo.


Ngokuba abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana ababuthakathaka, futhi abanakuqonda; bahlakaniphile ekwenzeni okubi, kepha ukwenza okuhle abakwazi.


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sikhohliswa, sikhonza izinkanuko nezinjabulo ezihlukahlukene, siphila ebubini nomhawu, sizondwa, sizondana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ