Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi uSela; wayeseKesibi ekumzaleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Yabuye yazala futhi indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uShela; uJuda wayeseKesibi ekuyizaleni kwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Yalandelisa futhi ngenye indodana, wayiqamba igama wathi nguShela: babeseKhezibhi ngesikhathi ezalwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:5
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJuda wasesithi kuTamari umalokazana wakhe: Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, ize ikhule uSela indodana yami; ngoba wathi: Ukuze angafi lanjengabafowabo. UTamari waya wahlala endlini kayise.


UJuda wazivuma, wathi: “Ulungile kunami; ngoba angimnikanga uSela indodana yami. Futhi akasamazi.


UJuda wamthathela u-Eri izibulo lakhe umfazi ogama lakhe lalinguTamari.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela; abathathu wazalelwa endodakazini kaShuwa umKhanani. U-Eri izibulo likaJuda wayemubi emehlweni kaJehova; wambulala.


Amadodana kaShela indodana kaJuda: ngo-Eri, uyise kaLeka, noLada, uyise kaMaresa, nemindeni yendlu yabasebenza ilineni elicolekileyo, bendlu ka-Ashibeya,


Oonyana bakaJuda ngu-Eri no-Onani; u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ