Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Esezelwe, wathumela kuyisezala ukuthi: “Ngikhulelwe ngomuntu ezingowakhe; abasebenzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Eselethiwe wathumela kuyisezala, wathi: “Ngikhuleliswe yile ndoda engumnini walezi zinto.” Wathi futhi: “Ake ubone ukuthi ngokukabani le ndandatho, nale ntambo, nalolu dondolo na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Besamqhuba lona wesifazane, wathumela umyalezo kuyisezala, wathi: “Ngikhuleliswe yindoda engumnini walezi zimpahla; ake ubone ukuthi ngekabani le ndandatho yokusicilela, nomchilo, nodondolo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:25
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bayithumela ingubo enemibala, bayiyisa kuyise; yathi: “Siyitholile; yazi manje ukuthi iyisambatho sendodana yakho noma qha.


Wathi: “Ngizakukunika sibambiso bani na?” Wathi: “Indandatho yakho, namasongo akho, nodondolo lwakho olusesandleni sakho.” Wamnika, wangena kuye, wakhulelwa ngaye.


Lezizinto wazenza, ngathula; ubucabanga ukuthi nginjengawe, kepha ngiyakukusola, ngikuyale phambi kwamehlo akho.


Njengalokhu isela lijabha lapho lifunyanwa, kanjalo indlu yakwa-Israyeli inamahloni; bona, namakhosi abo, nezikhulu zabo, nabapristi babo, nabaprofethi babo,


Ngosuku uNkulunkulu azakwahlulela ngalo izimfihlo zabantu ngoJesu Khristu ngokwevangeli lami.


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Ngabona abafileyo, abancane nabakhulu, bemi phambi kukaNkulunkulu; izincwadi zavulwa, nenye incwadi yavulwa, eyincwadi yokuphila; abafileyo bahlulelwa ngalokho okulotshiwe ezincwadini njengokwemisebenzi yabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ