Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJuda wayesethumela izinyane lembuzi ngesandla somngane wakhe wase-Adulamu ukuba athathe isibambiso esandleni sowesifazane, kodwa akamtholanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJuda wathuma izinyane lembuzi ngesandla somhlobo wakhe wase-Adulamu ukuba athathe isibambiso esandleni sowesifazane, kepha akamfumananga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 UJuda wayesethumela izinyane lembuzi ngesandla somngani wakhe wase-Adulamu, ukuze kubuye izimpahla zakhe ayebambise ngazo kowesifazane, kodwa akamtholanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:20
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abimeleki wayesembiza u-Abrahama, wathi kuye: “Wenzeni kithi na? futhi ngone ngani ukuba ulethe isono esikhulu phezu kwami naphezu kombuso wami na? Ungenzele izinto okungafanele zenziwe.


Ngaleso sikhathi uJuda wehla kubafowabo, wangena nomuntu wase-Adulamu, ogama lakhe linguHira.


Wasuka wahamba, walala eduze kweveli lakhe, wembatha izingubo zakhe zobufelokazi.


Wayesebuza abantu baleyo ndawo, wathi: “Siphi isifebe esasise-Enayimi ngasendleleni na?” Bathi: “Akuzange kube khona isifebe kule ndawo.”


Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayeyindoda ehlakaniphileyo.


Ungamzondi umfowenu enhliziyweni yakho; womkhuza noma kanjani umakhelwane wakho, ungathwali sono kuye.


Ngalolo suku oPilatu noHerode baba ngabangane, ngokuba ngaphambili babenobutha phakathi kwabo.


Kepha umkaSamsoni wanikwa umngane wakhe abengumngane wakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ