UGenesise 38:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Wakhumula izingubo zomfelokazi wakhe, wazimboza ngeveli, wazimboza, wahlala phansi endaweni evulekile esendleleni eya eThimna; ngoba wabona ukuthi uSela usekhulile, kodwa kamnikwanga ukuthi abe ngumkakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wayesekhumula izingubo zakhe zobufelokazi, wagubuzela, wazimboza, wahlala esangweni lase-Enayimi ngasendleleni eya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, engamnikwa nokho abe ngumkakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Wayesekhumula inzilo, wazemboza ngemvakazi, wahlala phansi ngasesangweni e-Enayimi, ngasemgwaqweni oya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, kodwa wayenganikelwe kuye ukuba abe ngumkakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |