Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 37:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba bheka, besibopha izithungu ensimini, bheka, isithungu sami savuka, saqonda; bheka, izithungu zenu zema nxazonke, zakhothama phambi kwesithungu sami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bhekani, besibopha izithungu ensimini; naso-ke isithungu sami sivuka sima; nazo-ke izithungu zenu zisiphahla, zisikhothamela isithungu sami.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Besibopha izinyanda ensimini, kwathi inyanda yami yaphakama yema, ezenu zase ziyizungeza, zayikhothamela.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 37:7
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


Wathi kubo: “Zwanini leliphupho engiliphuphileyo.”


UJosefa wayengumbusi wezwe, wayethengisa kubo bonke abantu bezwe; bafika abafowabo bakaJosefa bakhothama phambi kwakhe ubuso babo bubheke phansi.


UJosefa wayesekhumbula amaphupho awaphupha ngabo, wathi kubo: “Niyizinhloli; ukubona ubuze bezwe oze kulo.


UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe.


Bathi: “Inceku yakho ubaba iphilile, isekhona; Bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.


UJuda nabafowabo bangena endlini kaJosefa; ngoba wayeselapho, bawa phansi phambi kwakhe.


UJuda wayesesondela kuye, wathi: “Awu, nkosi yami, inceku yakho mayikhulume izwi ezindlebeni zenkosi yami, futhi intukuthelo yakho mayingayivuthi encekwini yakho, ngokuba unjengoFaro;


Inkosi yami yasibuza izinceku zayo yathi: Lilobaba yini kumbe umfowenu?


Nabafowabo bahamba, bawa phansi phambi kwakhe; futhi bathi: “Bheka, siyizinceku zakho.”


ukuze ebizweni likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba;


Futhi yona iyinhloko yomzimba, ibandla, eyisiqalo, izibulo kwabafileyo; ukuze ibe ngeyokuqala ezintweni zonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ