Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 36:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Esawu wathatha omkakhe, namadodana akhe, namadodakazi akhe, nabo bonke abantu bendlu yakhe, nezinkomo zakhe, nemfuyo yakhe yonke, nayo yonke impahla yakhe ayithola ezweni laseKhanani; waya ezweni ephuma ebusweni bomfowabo uJakobe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 U-Esawu wathatha omkakhe, namadodana akhe, namadodakazi akhe, nabantu bonke bendlu yakhe, nemfuyo yakhe, nezinkomo zakhe, nempahla yonke yakhe owayeyizuze ezweni laseKhanani, waya ezweni elikude nomfowabo uJakobe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Esawu wathatha abafazi bakhe, amadodana akhe, amadodakazi akhe, nabo bonke ayenabo, izinkomo zakhe, yonke imfuyo yakhe, nempahla yonke ayeyithole eKhanani, wathuthela ezweni elaliqhelelene nomfowabo uJakobe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 36:6
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrama wathatha uSarayi umkakhe, noLoti, indodana yomfowabo, nempahla yabo yonke ababeyiqoqile, nemiphefumulo ababeyifumene eHarana; basebesuka ukuya elizweni leKhanani; bafika ezweni laseKhanani.


ULoti wazikhethela lonke ithafa laseJordani; uLoti wasuka waya ngasempumalanga, bahlukana omunye nomunye.


Izwe lalingenakubathwala ukuba bahlale ndawonye, ngokuba impahla yabo yayinkulu, kangangokuthi babengenakuhlala ndawonye.


Ngiyakunika wena nenzalo yakho emva kwakho izwe ogogobele kulo, izwe lonke laseKhanani, libe yifa laphakade; njalo ngizakuba nguNkulunkulu wabo.


UJehova wayesethi kuye: “Esiswini sakho kukhona izizwe ezimbili; esinye isizwe siyakuba namandla kunesinye isizwe; futhi omkhulu kumelwe akhonze omncane.


Nika wena isibusiso sika-Abrahama, wena nenzalo yakho kanye nawe; ukuze udle ifa lezwe ongowezizwe kulo, uNkulunkulu alinika u-Abrahama.


UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


U-Oholibama wazala oJewusi, noJalamu, noKora; lawo angamadodana kaEsawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.


OJavani, noThubali, noMesheke babengabathengiselani bakho;


nesinamoni, nempepho, namafutha okugcoba, nenhlaka, newayini, namafutha, nempuphu ecolekileyo, nokolweni, nezinkomo, nezimvu, namahhashi, nezinqola, nezinceku, nemiphefumulo yabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ