Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 33:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabona, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela uLeya noRaheli nezincekukazi zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJakobe waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nango u-Esawu eza enamadoda angamakhulu amane. Abantwana wabahlukanisela oLeya, noRaheli, nezincekukazi zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJakobe waphakamisa amehlo, wambona u-Esawu eza namadoda angama-400. Wehlukanisa abantwana bakhe, abanye bahamba noLeya, abanye noRaheli, abanye bahamba nezancinza zombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 33:1
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazinikela esandleni sezinceku zakhe, umhlambi ngokwehlukana kwawo; wathi ezincekwini zakhe: “Phumani phambi kwami, nibeke isikhala phakathi komhlambi wezinkomo nomhlambi.”


Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta esikhoxeni senyonga kaJakobe emsipheni oshwabeneyo.


Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ