Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 30:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo wami, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami; waqamba igama layo ngokuthi u-Isakare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami,” waqamba igama lakhe ngokuthi u-Isakare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 ULeya wathi: “UNkulunkulu ungiphe umvuzo, ngoba nginikele ngesisebenzi sami endodeni yami.” Wayiqamba igama wathi ngu-Isakhari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 30:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wamuzwa uLeya, wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesihlanu.


ULeya wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesithupha.


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


Amadodana ka-Isakare ngu uThola noPhuva noJobe noShimroni.


Kubantwana bakwa-Isakare, ababekwazi ukuqonda izikhathi, ukwazi okufanele u-Israyeli akwenze; amakhanda abo ayengamakhulu amabili; bonke abafowabo balandela umyalo wabo.


NgoZebuloni wathi: “Jabula, Zebuloni, ngenxa yofuduko lwakho; no-Isakare ematendeni akho.


esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ