Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Wathi: “Akabizwanga ngokuthi uJakobe na?” ngoba ungikhohlisile kabili: wathatha ubuzibulo bami; bheka, manje usethathile isibusiso sami. Wathi: “Awungigcinelanga isibusiso na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Wathi: “Aliqanjwanga kahle igama lakhe ngokuthi uJakobe na? Ngokuba sekukabili engiqinela; wathatha ubuzibulo bami; bheka, manje usethathe isibusiso sami.” Wathi: “Mina, awungigodlelanga sibusiso na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

36 U-Esawu wathi: “Akubanga yiphutha ukuba aqanjwe ngokuthi nguJakobe, ngokuba sekuze kwaba kabili engiqola. Wangephuca ilungelo lami lobuzibulo. Bheka manje usengithathele nesibusiso sami.” Wayesethi kuyise: “Akusekho ngisho nesisodwa nje isibusiso ongibekele sona na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:36
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngasemuva kwaphuma umfowabo, isandla sakhe sabamba isithende sika-Esawu; igama lakhe lalinguJakobe, u-Isaka wayeneminyaka engamashumi ayisithupha ekuzalweni kwabo.


Wathi: “Igama lakho alisayikuthiwa uJakobe, kepha u-Israyeli;


UJesu wabona uNathanayeli eza kuye, wathi ngaye: “Bheka, umIsrayeli okungekho nkohliso kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ