Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi u-Isaka eseqedile ukumbusisa uJakobe, uJakobe engakasuki ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi u-Isaka eseqede ukumbusisa uJakobe, uJakobe esand' ukuphuma ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Lapho nje eqeda u-Isaka ukubusisa uJakobe, kungakabi sikhathi esingakanani ephumile, kwangena umnewabo u-Esawu evela ekuzingeleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeyiphisi elilamandla phambi kweNkosi; ngakho-ke kuthiwa: NjengoNimrode, umzingeli onamandla phambi kweNkosi.


Abantu mabakukhonze, izizwe zikhothame phambi kwakho; phatha abafowenu, amadodana kanyoko akhothamele; uqalekisiwe okuqalekisayo, ubusisiwe okubusisayo.


Naye wenza ukudla okumnandi, wakusa kuyise, wathi kuyise: “Ubaba makavuke adle inyamazane yendodana yakhe, ukuze umphefumulo wakho ungibusise.”


Ngokuba niyazi ukuthi ngasemuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akafumananga indawo yokuphenduka, nakuba ekufunisisa ngezinyembezi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ