Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 26:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngalolo suku izinceku zika-Isaka zafika, zamtshela ngomthombo ezaziwumbile, zathi kuye: “Sithole amanzi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kwathi ngalolo suku zafika izinceku zika-Isaka, zamtshela ngomthombo ezaziwumbile, zathi kuye: “Sitholile amanzi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Ngalolo lusuku kwafika izinceku zika-Isaka, zambikela ngomthombo ezaziwumbile, zathi: “Sithole amanzi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 26:32
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha khona i-altare, wabiza igama likaJehova, wamisa itende lakhe khona; izinceku zika-Isaka zemba umthombo khona.


Basebevuka ekuseni kakhulu, bafunga omunye komunye; u-Isaka wabamukisa, basuka kuye ngokuthula.


Wayibiza ngokuthi iSeba; ngalokho igama lomuzi liyiBeri Sheba kuze kube namuhla.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Celani, lizaphiwa; funani, niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ