Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 25:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bahlala-ke kwasukela eHavila kwaze kwaba seShuri elingaphambi kwaseGibithe ekuhambeni ukuya e-Asiriya; wakha ngasempumalanga kwabafowabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Izizukulwane zakhe zakha kusukela eHavila kuyoshaya eShuri, eduze nomngcele eGibhithe uma ulibhekise e-Ashuri. U-Ishmayeli wayengumdlwembe phakathi kwabafowabo, ehlala ebachukuluza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 25:18
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyakuba ngumuntu wasendle; isandla sakhe siyakuba phezu kwawo wonke umuntu, nesandla sawo wonke sibe phezu kwakhe; futhi uyakuhlala phambi kwabo bonke abafowabo.


U-Abrahama wasuka lapho waya ezweni laseningizimu, wakha phakathi kweKadeshi neSuri, wagogobala eGerari.


Abapristi babo bawa ngenkemba; nabafelokazi babo abazange bakhononde.


Ezinsukwini zakhe uFaro Nego, inkosi yaseGibithe, wenyukela enkosini yase-Asiriya ngasemfuleni u-Ewufrathe, inkosi uJosiya yakhuphuka ukulwa nayo; wambulala eMegido lapho embona.


USawule wawachitha ama-Amaleki kusukela eHavila kuze kufike eShuri elingaphambi kwaseGibhithe.


Wahlala ehlane lasePharanu, unina wamthathela umfazi ezweni laseGibithe.


Isigodi saseSidimi sasigcwele imigodi yebitume; amakhosi aseSodoma naseGomora abaleka, awela khona; labo abaseleyo babalekela entabeni.


ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.


no-Ofiri noHavila noJobabi; bonke babengamadodana kaJokitani.


Amadodana kaKushe: noSeba, noHavila, noSabta, noRaama, noSabtega; namadodana kaRama; uSheba noDedani.


Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;


U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wathatha isinkwa nojeke wamanzi, wakunika uHagari, wakubeka ehlombe lakhe nomntwana omncane, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane. eBherisheba.


Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane ngasemthonjeni osendleleni eya eSuri.


UMose wayesebahola abakwa-Israyeli besuka eLwandle Olubomvu, baphuma baya ehlane laseSuri; bahamba insuku ezintathu enkangala, kabatholanga manzi.


abaseBhabhiloni nawo wonke amaKaledi, oPhekodi noShowa noKowa nawo wonke ama-Asiriya kanye nawo, zonke izinsizwa ezinxanelekayo, izinduna nababusi, izikhulu ezinkulu nezidumile, bonke abagibele amahhashi.


no-Ofiri noHavila noJobabi. Bonke babengamadodana kaJokithani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ