Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 25:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lezi ziyizizukulwane zika-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, uHagari umGibhithe, incekukazi kaSara, amzalela u-Abrahama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Lezi ziyizizukulwane zika-Ishmayeli indodana ka-Abrahama, uHagari waseGibithe incekukazi kaSara amzalela zona u-Abrahama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Nazi izizukulwane zika-Ishmayeli indodana ka-Abhrahama, ayizalelwa yisigqila sikaSara, uHagari umGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 25:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile: Bheka, ngimbusisile futhi ngizomenza azale futhi ngimandise kakhulukazi; uyakuzala izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.


Ngiyakuyenza isizwe ngendodana yesigqilakazi, ngokuba iyinzalo yakho.


Vuka, uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho; ngoba ngizamenza isizwe esikhulu.


Lezi ziyizizukulwane zabo: Izibulo lika-Ishmayeli nguNebhayoti; kwase kuba iKedari, ne-Adibeyeli, neMibisamu,


amadokodo akwa-Edomi nama-Ishmayeli; kwaMowabi nabakwaHagarene;


UGideyoni wasesithi kubo: Ngizacela isicelo kini ukuthi linginike, ngulowo lalowo ecicini lempango yakhe. (Ngokuba babenamacici egolide, ngokuba babengama-Ishmayeli.)


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ