Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Ngingakaqedi ukukhuluma enhliziyweni yami, kwaphuma uRebeka enembiza yakhe ehlombe; wehlela emthonjeni wakha amanzi; ngathi kuye: Ake ngiphuze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 “Ngingakaqedi ukukhuluma enhliziyweni yami, bheka, kweza uRebeka enembiza yakhe ehlombe; wehlela emthonjeni, wakha; ngathi kuye: ‘Ake ungiphuzise.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

45 Ngingakaqedi ukuthandaza ngizindla enhliziyweni yami, kwathi memfu uRibheka etshethe imbiza, wehlela emthonjeni, wakha amanzi. Ngathi kuye: ‘Ngicela ungiphuzise.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:45
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kimi: “Phuzani nina nobabili, futhi ngizokudalela namakamela; makube ngumfazi uJehova ammisele indodana yenkosi yami.


Ngokuba wena Jehova Sebawoti, Nkulunkulu ka-Israyeli, ukwambulile lokhu encekwini yakho ngokuthi: ‘Ngiyakukwakhela indlu; ngalokho inceku yakho ifumene enhliziyweni yayo ukukhuleka lo mkhuleko kuwe.


Inkosi yasisithi kimi: Ucelani? Ngakho ngakhuleka kuNkulunkulu wezulu.


Khona uyakubiza, uJehova aphendule; kufanele ubize, futhi uyothi: Nangu mina! Uma nisusa phakathi kwenu ijoka, nokukhomba ngomunwe, nokukhuluma okuyize;


Kuyothi bengakangibizi, ngiphendule; kuthi besakhuluma, ngizwe.


O Nkosi, yizwa; O Nkosi, thethelela; Jehova, yizwa, wenze; ungalibali ngenxa yakho, Nkulunkulu wami, ngokuba igama lakho libizwe phezu komuzi wakho naphezu kwabantu bakho.


Ekuqaleni kokunxusa kwakho kwaphuma umyalo, futhi ngiza ukukubonisa; ngoba uthandwa kakhulu; bese uqonda udaba futhi uqaphele ubuso.


Celani, lizaphiwa; funani, niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa;


UKorneliyu wathi: “Ezinsuku ezine ezidlule kwaze kwaba yileli hora ngizila ukudla; ngehora lesishiyagalolunye ngakhuleka endlini yami;


Ngokunjalo noMoya uyasisiza ebuthakathakeni bethu, ngokuba asikwazi esingakucela ngokufanele, kepha uMoya uqobo usikhulekela ngokububula okungenakuphinyiselwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ