Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Ngase ngifika emthonjeni namuhla, ngathi: ‘Nkosi, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, uma uyiphumelelisa indlela yami engihamba ngayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 “Ngase ngifika emthonjeni namuhla, ngithi: ‘Jehova Nkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, uma uphumelelisa indlela yami engiyihambayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

42 “Ngifike namuhla emthonjeni, ngase ngithi: ‘Nkosi, Nkulunkulu wenkosi yami u-Abhrahama, yenza manje ukuba uhambo lwami lube yimpumelelo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:42
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waguqisa amakamela akhe ngaphandle komuzi ngasemthonjeni kusihlwa, isikhathi abaphuma ngaso abesifazane ukuyokha amanzi.


Wathi: “Makabusiswe uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongayithobisanga inkosi yami ngomusa wayo nokuthembeka kwayo;


Wathi: “Ngena, obusisiweyo yiNkosi; ume ngani ngaphandle? ngoba mina sengilungisile indlu lendawo yamakamela.


Inkosi yakhe yabona ukuthi uJehova unaye, nokuthi uJehova wakuphumelelisa konke akwenzayo esandleni sakhe.


Ngase ngimemezela khona ngasemfuleni i-Ahawa usuku lokuzila ukudla, ukuze sizithobe phambi kukaNkulunkulu wethu, sizifunele kuye indlela eqondileyo thina nabantwana bethu nempahla yethu yonke.


Ngiyakuncenga, Jehova, ukuthi indlebe yakho mayizwe umkhuleko wenceku yakho nomkhuleko wezinceku zakho ezesaba igama lakho; umusa emehlweni alendoda. Ngoba ngangingumphathizitsha wenkosi.


Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke.


Ubuhle bukaJehova uNkulunkulu wethu mabube phezu kwethu, uqinise umsebenzi wezandla zethu phezu kwethu; yebo, umsebenzi wezandla zethu uyakuqinisa.


Base bethi: UKorneliyu induna yekhulu, indoda elungileyo nemesabayo uNkulunkulu, nodumo oluhle esizweni sonke samaJuda, uxwayiswe nguNkulunkulu ngengelosi engcwele ukuba akubize endlini yakhe, ezwe amazwi kwakho.


ngincenga ukuthi, mhlawumbe mhlawumbe khathesi ngiphumelele uhambo oluphumelelayo ngentando kaNkulunkulu, lokuza kini.


UHana wakhuluma enhliziyweni yakhe; kwanyakaza izindebe zomlomo wakhe kuphela, kepha izwi lakhe lalingezwakali; ngalokho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe.


Wathi kuye: “Bheka, kukhona kulo muzi umuntu kaNkulunkulu, ungumuntu ohloniphekayo; konke akushoyo kuyenzeka impela; asihambe siye khona manje; mhlawumbe angasikhombisa indlela okufanele sihambe ngayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ