Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kepha uye ezweni lakithi nasezihlotsheni zami, uyithathele khona indodana yami u-Isaka umfazi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Kepha uyokuya kwelakithi ezihlotsheni zami, ufike uyithathele khona umfazi indodana yami u-Isaka.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:4
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.


UJehova wathi ku-Abrama: “Suka ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.


UJehova wabonakala ku-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyakulinika inzalo yakho; wamakhela khona i-altare uJehova owabonakala kuye.


Kodwa kumelwe uye endlini kababa nasendlini yakithi uyithathele umfazi indodana yami.


Inceku yasisithi kuye: Mhlawumbe owesifazana angethandi ukungilandela ukuya kulelilizwe; ngibuyise indodana yakho ezweni owaphuma kulo na?


U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani.”


Suka uye ePhadani Aramu endlini kaBhetuweli uyise kanyoko; uzithathele khona umfazi emadodakazini kaLabani unyokolume.


UJehoyada wazithathela abafazi ababili; wazala amadodana namadodakazi.


Futhi ngempela, uma babekhumbula izwe ababephuma kulo, babeyoba nethuba lokubuyela emuva.


Uyise nonina bathi kuye: “Akakho yini owesifazane phakathi kwamadodakazi abafowenu naphakathi kwabantu bonke bami ukuba uthathe umfazi kumaFilisti angasokile na? USamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yona; ngoba uyangijabulisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ