Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wayesethi u-Abrahama encekwini yakhe endala yendlu yakhe ebusa phezu kwakho konke anakho: “Beka isandla sakho ngaphansi kwenyonga yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wayesethi u-Abrahama encekwini enkulu yendlu yakhe eyayibusa konke anakho: “Beka isandla sakho phansi kwethanga lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 U-Abhrahama watshela inceku yakhe eyase ikhulile, futhi yengamele indlu yakhe, nakho konke ayenakho, wathi: “Faka isandla sakho phansi kwethanga lami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi u-Abrama: “Nkosi Jehova, uyakunginikani, lokhu ngingenamntwana, nomphathi wendlu yami ngu-Eliyezeri waseDamaseku na?


Inkosi yami yangifungisa yathi: ‘Ungathatheli indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani engihlala ezweni lawo.


Waselaya umlindi wendlu yakhe, wathi: Gcwalisani izikhwama zamadoda ngokudla, okungangokudla okungamandla awo, lemali yalowo lalowo uyifake emlonyeni wesikhwama sakhe.


Sase sisondela isikhathi sokuthi u-Israyeli afe; wabiza indodana yakhe uJosefa, wathi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, beka isandla sakho ngaphansi kwenyonga yami, ungenzele umusa neqiniso; ungangingcwabi eGibhithe.


Wathi: “Funga kimi.” Wafunga kuye. U-Israyeli wakhuleka ekhanda lombhede.


Amalunga endlu yakhe asukuma, aya kuye ukumvusa emhlabathini; kepha akavumanga, akadlanga sinkwa nabo.


Inceku yakhe uZimri, induna yenxenye yezinqola zakhe, yamenzela ugobe eseTirisa, edakwa endlini ka-Arisa, umphathi wendlu yakhe eTirisa.


Zonke izikhulu namaqhawe nawo wonke amadodana enkosi uDavide bazithoba phansi kwenkosi uSolomoni.


Amalunga aphatha kahle makabalwe njengabafanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo asebenza kanzima ezwini nasekufundiseni.


Inceku eyayimiswe phezu kwabavuni yaphendula yathi: “Le yintombi yakwaMowabi eyabuya noNawomi ezweni lakwaMowabi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ