Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Intombazane yayiyinhle kakhulu, iyintombi nto, ingaziwa muntu; wehlela emthonjeni, wagcwalisa imbiza yakhe, wenyuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Intombazana yayibukeka kahle, iyintombi, engaziwa yindoda; yehlela ngasemthonjeni, yagcwalisa imbiza yayo, ibisenyuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wayenguzime, isiphalaphala sentombi eyayingakaze ithintwe yindoda. Wehlela emthonjeni, wagcwalisa imbiza, wayesekhuphuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esesondele ukungena eGibithe, wathi kuSarayi umkakhe: “Bheka, ngiyazi ukuthi ungowesifazane omuhle obukekayo.


Amadoda aleyondawo ambuza ngomkakhe; wathi: “Ungudadewethu, ngokuba wayesaba ukuthi: ‘Ungumkami;’ wathi, ukuze bangangibulali abantu baleyondawo ngenxa kaRebeka; ngoba wayemuhle ukubukwa.


ULeya wayenamehlo athambileyo; kepha uRaheli wayemuhle, ebukeka kahle.


Wakushiya konke okwakho esandleni sikaJosefa; futhi wayengazi ukuthi ayoba nasiphi ngaphandle kwesinkwa ayesidlile. Futhi uJosefa wayeyindoda ebukekayo futhi ethandekayo.


U-Adamu wamazi umkakhe u-Eva; wakhulelwa, wazala uKayini, wathi: “Ngifumene indoda evela kuJehova.”


Ngiyalala, kepha inhliziyo yami iyaphaphama; yizwi lothandiweyo wami engqongqotha, ethi: “Ngivulele, dadewethu, sithandwa sami, juba lami, opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo nezihluthulelo zami ngamathonsi. Kwasebusuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ