Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bheka, ngimi ngasemthonjeni; amadodakazi abantu bomuzi aphuma ukuyokha amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bheka, sengimi ngasemthonjeni wamanzi, amadodakazi abantu bomuzi eza ukukha amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Ngimi lapha ngasemthonjeni, izintombi zendawo ziyeza zizokukha amanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:13
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waguqisa amakamela akhe ngaphandle komuzi ngasemthonjeni kusihlwa, isikhathi abaphuma ngaso abesifazane ukuyokha amanzi.


Intombazana engizakuthi kuyo: Kakubekwe phansi imbiza yakho ukuze nginathe; athi: Phuza, ngizaphuzisa namakamela akho. Kube nguye ommisele inceku yakho u-Isaka; ngalokho ngiyakwazi ukuthi wenze umusa enkosini yami.


Bheka, ngimi ngasemthonjeni; lapho intombi iphuma ukukha amanzi, ngasengisithi kuyo: Ngiphuzise ingcosana yamanzi embizeni yakho;


Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke.


Umpristi wakwaMidiyani wayenamadodakazi ayisikhombisa; afika akha amanzi, agcwalisa izitsha zokuphuzisa umhlambi kayise.


Mazi kuzo zonke izindlela zakho, futhi uyokwenza izindlela zakho ziqonde.


Kwafika owesifazane waseSamariya ukuzokukha amanzi; uJesu wathi kuye: “Ngiphuzise.


Labo abakhululwa emsindweni wabacibishelayo ezindaweni zemithombo yamanzi, lapho bayakuzwa izenzo zokulunga zikaJehova, izenzo ezilungileyo kwabakhileyo emadolobheni akhe kwa-Israyeli; khona-ke abantu bakaJehova bayakwehla baye emasangweni.


Kwathi bekhuphuka intaba beya emzini, bafumana amantombazane aphuma ukuyokha amanzi, athi kuwo: “Umboni ukhona na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ