Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 22:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 U-Abrahama wathatha izinkuni zomnikelo wokushiswa, wazibeka phezu kuka-Isaka indodana yakhe; wathatha umlilo ngesandla sakhe nommese; bahamba bobabili kanyekanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 U-Abrahama wathatha izinkuni zomnikelo obuzakushiswa, wazibeka phezu kuka-Isaka indodana yakhe, waphatha esandleni sakhe umlilo nomese; bahamba bobabili kanyekanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 U-Abhrahama wathatha izinkuni zomhlatshelo wokushiswa, wazethwesa u-Isaka, yena waphatha umlilo nommese ngesandla. Base besuka njalo bobabili bahamba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 22:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrahama wathi ezinsizweni: “Hlalani lapha nembongolo; mina nomfana sizoya khona siyokhonza bese sibuyela kini.


UElija wasesithi kuye: Hlala lapha; ngoba uJehova wangithuma eJordani. Wathi: Kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, angiyikukushiya. Baqhubeke bobabili.


Sonke sidukile njengezimvu; sajika yilowo nalowo indlela yakhe; uJehova wehlisela phezu kwakhe ububi bethu sonke.


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngoIsaya umprofethi ukuthi: Yena wathatha ubuthakathaka bethu, wathwala izifo zethu.


Yena waphuma ethwele isiphambano sakhe, waya endaweni ebizwa ngokuthi iNdawo Yokhakhayi, ethiwa ngesiHeberu iGolgotha;


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ