Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 21:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka inezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka isinezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 U-Abhrahama wamsoka u-Isaka esenezinsuku eziyisishiyagalombili ezelwe njengoba uNkulunkulu ayemyalile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 21:4
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Uma umfokazi egogobele kini, egcina iphasika kuJehova, mabasokwe bonke abesilisa bakhe, asondele aligcine; uyakuba njengowokuzalwa ezweni, ngokuba akuyikudla ongasokile kulo.


Ngosuku lwesishiyagalombili inyama yejwabu lakhe kumelwe isokwe.


Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili beza ukuzosoka umntwana. Bambiza ngegama likayise uZakariya.


Babelungile bobabili phambi kukaNkulunkulu, behamba ngayo yonke imiyalo nezimiso zeNkosi bengasoleki.


Kwathi seziphelile izinsuku eziyisificaminwembili zokuba umntwana asokwe, igama lakhe lathiwa uJesu, eliqanjwe ingelosi ngaphambi kokuba akhulelwe.


Wasemnika isivumelwano sokusoka; ngakho u-Abhrahama wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesificaminwembili; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.


Konke engikuyala ngakho, nikwenze ngokucophelela;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ