Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 21:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Le ndaba yayibucayi kakhulu emehlweni ka-Abrahama ngenxa yendodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Leli zwi lalilibi kakhulu emehlweni ka-Abrahama ngenxa yendodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Lokhu kwamkhathaza u-Abhrahama ngenxa yendodana yakhe u-Ishmayeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 21:11
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrahama wathi kuNkulunkulu: “U-Ishmayeli makaphile phambi kwakho!


UNkulunkulu wathi ku-Abrahama: “Makungabi kubi emehlweni akho ngenxa yendodana nangenxa yesigqilakazi sakho; Kukho konke uSara akutshela khona, lalela izwi lakhe; ngoba ngoIsaka inzalo yakho izabizwa.


Inkosi yathukuthela kakhulu, yakhuphukela ekamelweni elibhekene nesango, yakhala; wahamba, wathi: “Ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi ngafela wena, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ