Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 20:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba uJehova wazivalela zonke izizalo zendlu ka-Abimeleki ngenxa kaSara umka-Abrahama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngokuba uJehova wayevalile nokuvala zonke izizalo zabendlu ka-Abimeleki ngenxa kaSara umka-Abrahama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 ngoba uSimakade wayekade ebavale izibeletho bonke abendlu ka-Abhimeleki ngenxa kaSara umka-Abhrahama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 20:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wamshaya uFaro nendlu yakhe ngezinhlupho ezinkulu ngenxa kaSarayi umka-Abrama.


USarayi wathi ku-Abrama: “Bheka, uJehova ungivalile ukuba ngizale; Ngena encekukazini yami; mhlawumbe ngingathola abantwana naye. U-Abrama walilalela izwi likaSarayi.


Manje buyisela indoda leyo umkayo; ngokuba ungumprofethi, uyakunikhulekela, niphile.


Intukuthelo kaJakobe yamvuthela uRaheli, wathi: “Ngisesikhundleni sikaNkulunkulu owagodla isithelo sesisu sikanyoko na?”


Isitha sakhe samgcona ukuthi simthukuthelise, ngoba uJehova wayesivalile isizalo sakhe.


Ngakho bathumela umphongolo kaNkulunkulu e-Ekroni. Kwathi umphongolo kaNkulunkulu usufikile e-Ekroni, abase-Ekroni bakhala bathi: “Balethile umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli kithi ukuba basibulale thina nabantu bakithi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ