Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 20:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Nokho ungudadewethu ngempela; uyindodakazi kababa, kodwa akasiyo indodakazi kamame; waba ngumkami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Futhi impela ungudadewethu, indodakazi kababa, kepha akasiyo indodakazi kamame, waba ngumkami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Kanti-ke nangaphezu kwalokho ungudadewethu okwangempela, sizalwa ndodanye, sehlukene ngomama, nokho-ke ngamenza umkami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 20:12
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

O-Abrama noNahori bazithathela abafazi; igama lomka-Abrama lalinguSarayi; igama lomkaNahori lalinguMilka, indodakazi kaHarana, uyise kaMilka, noyise kaIska.


Wothi, ungudadewethu, ukuze kube kuhle kimi ngenxa yakho; futhi umphefumulo wami uyakuphila ngawe.


Wayesethi u-Abrahama: “Ngokuba ngithe: Impela ukumesaba uNkulunkulu akukho kule ndawo; futhi bazongibulala ngenxa yomkami.


UNkulunkulu wangidukisa endlini kababa, ngathi kuye: Kungumusa wakho ukuba ungenzele wona; ezindaweni zonke esifika kuzo, anothi ngami: Ungumfowethu.


U-Abrahama wathi ngoSara umkakhe: “Ungudadewethu; u-Abimeleki inkosi yaseGerari wathumela wamthatha uSara.


Amadoda aleyondawo ambuza ngomkakhe; wathi: “Ungudadewethu, ngokuba wayesaba ukuthi: ‘Ungumkami;’ wathi, ukuze bangangibulali abantu baleyondawo ngenxa kaRebeka; ngoba wayemuhle ukubukwa.


Mina-ke, ngingaliyekelaphi ihlazo lami na? futhi wena, uyoba njengesiwula kwa-Israyeli. Khuluma manje enkosini; ngoba kayikungigodla kini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ