Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 16:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 USarayi umka-Abrama wayengamzaleli mntwana, wayenencekukazi yaseGibithe, igama layo lalinguHagari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 USarayi umka-Abrama wayengamzaleli mntwana; kepha wayenencekukazi yaseGibithe, igama layo linguHagari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 USarayi umka-Abhrama wayengamtholeli bantwana; wayenencekukazi engumGibhithe, igama layo kunguHagari.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 16:1
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamncenga u-Abrama ngenxa yakhe, waba nezimvu, nezinkomo, nezimbongolo, nezinceku, nezincekukazi, nezimbongolo zakhe, namakamela.


nama-Amori, namaKhanani, namaGirigashi, namaJebusi.


UNkulunkulu wathi ku-Abrahama: “Makungabi kubi emehlweni akho ngenxa yendodana nangenxa yesigqilakazi sakho; Kukho konke uSara akutshela khona, lalela izwi lakhe; ngoba ngoIsaka inzalo yakho izabizwa.


Wahlala ehlane lasePharanu, unina wamthathela umfazi ezweni laseGibithe.


U-Isaka wamkhulekela umkakhe kuJehova, ngokuba wayeyinyumba; uRebeka umkakhe wakhulelwa.


Bheka, u-Elisabethe umzala wakho, naye ukhulelwe indodana esebudaleni bakhe;


Babengenamntwana, ngokuba u-Elisabethe wayeyinyumba, futhi base bekhulile bobabili.


Okuyizinto eziyisifanekiso; ngokuba laba bayizivumelwano ezimbili; omunye uvela entabeni yaseSinayi, ozalela ubugqila, ongu-Agari.


Kwakukhona umuntu othile waseSore, wesizwe sakwaDani, ogama lakhe lalinguManowa; umkakhe wayeyinyumba, engazali.


Kodwa uHana wamnika isabelo esihle; ngokuba wayemthanda uHana, kepha uJehova wasivala isizalo sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ