Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 13:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Naye uLoti, owayehamba no-Abrama, wayenezimvu nezinkomo namatende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Naye uLoti owahamba no-Abrama wayenezimvu, nezinkomo, namatende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 ULothi owayehambe no-Abhrama, naye wayesenezimvu, izimbuzi, izinkomo namathende.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 13:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.


U-Abrama wathatha uSarayi umkakhe, noLoti, indodana yomfowabo, nempahla yabo yonke ababeyiqoqile, nemiphefumulo ababeyifumene eHarana; basebesuka ukuya elizweni leKhanani; bafika ezweni laseKhanani.


Izwe lalingenakubathwala ukuba bahlale ndawonye, ngokuba impahla yabo yayinkulu, kangangokuthi babengenakuhlala ndawonye.


Abafana bakhula, u-Esawu waba yiphisi, indoda yasendle; uJakobe wayeyindoda engenalwazi ehlala ematendeni.


U-Ada wazala uJabali; waba nguyise wabahlala ematendeni nabafuya izinkomo.


Bayakuthatha amatende abo nemihlambi yabo; kumelwe bazithathele izindwangu zabo zamatende nazo zonke izitsha zabo namakamela abo; futhi bayobiza kubo: Ukwesaba kusizungezile!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ