Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Amadodana kaKushe: noSeba, noHavila, noSabta, noRaama, noSabtega; namadodana kaRama; uSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Amadodana kaKushe: ngoSeba, noHavila, noSabita, noRama, noSabitheka. Amadodana kaRama: ngoSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Amadodana kaKhushe kwakunguSebha, uHavila, uSabitha, uRama, noSabhitheka. Amadodana kaRama kwakunguShebha noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 10:7
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UKushe wazala uNimrodi; yena waqala waba ligorha emhlabeni.


Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;


Indlovukazi yaseSheba isizwile umbiko kaSolomoni ngeGama likaJehova, yeza ukumvivinya ngemibuzo enzima.


Amadodana kaKushe: uSeba, noHavila, noSabheta, noRama, noSabhetega. Amadodana kaRama ngu uSheba noDedani.


AmaSabeya azihlasela, azithatha; yebo, bazibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele.


Amakhosi aseTharishishi naweziqhingi kumelwe alethe izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayonikela ngezipho.


Isiprofetho nge-Arabiya. Ehlathini lase-Arabiya kumelwe nilale ubusuku, nina bahambi baseDedanimi.


Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli, uMsindisi wakho; nginikele iGibithe libe yisihlengo sakho, iTopiya neSheba esikhundleni sakho.


Amadoda aseDedani ayengabathengi bakho; iziqhingi eziningi zaziyimpahla yesandla sakho; bakulethela izimpondo zendlovu nomsimbithi njengesipho.


IDedani lalingumthengisi wakho ngezingubo eziyigugu zezinqola.


Abathengi baseSheba naseRama babengabathengiselani bakho;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ