Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 9:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kuyoba uthuli oluncane ezweni lonke laseGibhithe, kube yithumba eliqubuka nezikhothwayo kubantu nasezilwaneni ezweni lonke laseGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uyakuba yibhuqu ezweni lonke laseGibithe, uphenduke amathumba ayakuqhamuka nezilonda kubantu nasezinkomeni ezweni lonke laseGibithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Uzakuphenduka uthuli phezu kwezwe lonke iGibhithe, udale amathumba kubantu nasezilwaneni kulo lonke iGibhithe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 9:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USathane wayesesuka ebusweni bukaJehova, wamshaya uJobe ngamathumba, kusukela ematheni ezinyawo zakhe kuze kufike okhakhayini.


Base bethatha umlotha waseziko, bema phambi kukaFaro; uMose wayifafazela ezulwini; kwaba yithumba eliqubuka nezikhothwa kubantu nasezinkomeni.


UJehova wathi kuMose naku-Aroni: “Zithatheleni izandla zomlotha waseziko, uMose awuphonse esibhakabhakeni phambi kwamehlo kaFaro.


UJehova uyokushaya ngotwayi lwaseGibhithe nangotwayi nangotwayi nangokhwekhwe ongeke ukwazi ukusila kuzo.


UJehova uyakukushaya emadolweni nasemilenzeni ngesilonda esingaphuluki, kusukela ematheni onyawo lwakho kuze kufike ekhanda lakho.


Eyokuqala yahamba, yathululela isitsha sayo emhlabeni; kwasekuvela isilonda esibi esibuhlungu phezu kwabantu ababelophawu lwesilo, labo abakhonza umfanekiso waso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ