Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 UMose wayeselula intonga yakhe ezulwini, uJehova wathumela ukuduma nesichotho, nomlilo wehlela emhlabeni; uJehova wanisa isichotho phezu kwezwe laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UMose wayeselula induku yakhe ngasezulwini; uJehova wathuma ukuduma nesichotho; nomlilo wehlela emhlabeni; uJehova wawisa isichotho phezu kwezwe laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 UMose waphakamisa induku yakhe wayibhekisa ngasezulwini, uNkulunkulu wathumela ukuduma nesichotho, nomlilo, kwehlela emhlabeni. USimakade wehlisa isichotho kulo lonke iGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 9:23
22 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova wanisa isibabule nomlilo phezu kweSodoma neGomora kuvela ezulwini;


Uyakuvumela ukuba kufike, noma ngokusola, noma izwe lakubo, noma umusa.


Uthulula iqhwa lakhe njengezicucu; ngubani ongema phambi kwamakhaza akhe na?


Umlilo nesichotho; iqhwa nomhwamuko; isivunguvungu esigcwalisa izwi lakhe:


UJehova waduma ezulwini, oPhezukonke walizwakalisa izwi lakhe; isichotho namalahle.


Izwi likaJehova liphezu kwamanzi; uNkulunkulu wenkazimulo uyaduma, uJehova uphezu kwamanzi amaningi.


Izwi lokuduma kwakho lalisezulwini; umbani wakhanyisa izwe, umhlaba wazamazama, wazamazama.


Kwathi ngosuku lwesithathu ekuseni kwaba khona ukuduma, nemibani, nefu elinzima entabeni, nezwi lecilongo elizwakala kakhulu; bathuthumela bonke abantu ababesekamu.


Bonke abantu babona ukuduma, nemibani, nomsindo wecilongo, nentaba ethunqayo; abantu sebekubona bahlehla bamela khatshana.


Bheka, kusasa ngalesi sikhathi ngiyakunisa isichotho esinzima kakhulu, esingakaze sibe khona eGibithe kusukela ekusekelweni kwalo kuze kube manje.


Kwasekusiba khona isichotho lomlilo kuxutshaniswe lesiqhotho, esinzima kakhulu, ekungazange kube khona okunjengalokhu elizweni lonke leGibhithe selokhu laba yisizwe.


UJehova uyokwenza izwi lakhe elikhazimulayo lizwakale futhi amemezele ukukhululeka kwengalo yakhe ngokuvutha kwentukuthelo yakhe nangamalangabi omlilo oqothulayo, ngokuhlakazeka nesiphepho nesichotho.


Ngiyakulwa naye ngesifo nangegazi; futhi ngiyonisa phezu kwakhe naphezu kwamabutho akhe naphezu kwabantu abaningi abakanye naye imvula namatshe esichotho esikhulu, umlilo nesibabule.


Kwathi besabaleka phambi kuka-Israyeli besendleleni eya eBeti Horoni, uJehova waphonsa phezu kwabo amatshe amakhulu avela ezulwini kwaze kwaba se-Azeka, bafa; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngenkemba.


Kwase kuba khona amazwi, nokuduma, nemibani; kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu okungazange kube khona okunjalo selokhu kwaba khona abantu emhlabeni, ukuzamazama komhlaba okunamandla okungaka, okungaka.


Kwase kwehlela phezu kwabantu isichotho esikhulu sivela ezulwini, ilitshe ngalinye isisindo salo liyitalenta; abantu bahlambalaza uNkulunkulu ngenxa yenhlupho yesichotho; ngoba isifo sawo sasisikhulu kakhulu.


Ingelosi yokuqala yayisibetha, kwavela isichotho nomlilo kuxutshaniswe negazi, kwaphonswa emhlabeni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ