Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 8:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 INkosi yenza njengezwi likaMose; wasusa izibawu kuFaro, nasezincekwini zakhe, nakubantu bakhe; akwasala noyedwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 UJehova wayesenza njengezwi likaMose; wasusa izibawu kuFaro, nakuzo izinceku zakhe, nakubantu bakhe; akwasala nesisodwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 USimakade wenza njengoba ecelile uMose: wazisusa izinkumbi zezibawu kuFaro, nasezincekwini zakhe, nakubantu bakhe, akwasala nasinye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 8:31
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke basuka, bangcola bonke kanyekanye; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


Uma kungenjalo, uma ungabadedeli abantu bami, bheka, ngiyakuthuma izibawu kuwe, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho, nasezindlini zakho; izindlu zabaseGibhithe ziyogcwala izibawu kanye nomhlabathi ezikuwo.


Naye uFaro wayenza lukhuni inhliziyo yakhe ngalesi sikhathi, kabavumelanga abantu ukuba bahambe.


Makube umusa komubi, kepha akayikufunda ukulunga; ezweni lobuqotho uyakwenza okubi, angabuboni ubukhosi bukaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ