Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 8:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 INkosi yasisithi kuMozisi: Tshono kuAroni uthi: Yelula intonga yakho, utshaye uthuli lwelizwe, lube omiyane elizweni lonke leGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UJehova wayesethi kuMose: “Yisho ku-Aroni, uthi: ‘Yelula induku yakho, ushaye uthuli lomhlabathi, lube ngomiyane ezweni lonke laseGibithe.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 USimakade wathi kuMose: “Yisho ku-Aroni uthi: ‘Yelula induku yakho ushaye uthuli lomhlabathi, ukuze luphenduke omiyane eGibhithe.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 8:16
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakhuluma, kwafika izibawu nezintwala kuzo zonke izifunda zabo.


Futhi ngithi kuwe: Yiyeke indodana yami ihambe, ingikhonze; uma wenqaba ukumyeka, bheka, ngiyakubulala indodana yakho, izibulo lakho.


OMose no-Aroni bangena, bathi kuFaro: “Isho kanje iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ithi: Bavumele abantu bami bahambe, bangenzele umkhosi ehlane.


Kodwa uFaro esebonile ukuthi sekuphuzile, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


Benza njalo; ngokuba u-Aroni welula isandla sakhe esinenduku yakhe, washaya uthuli lomhlabathi, lwaba omiyane kubantu nasezinkomeni; lonke uthuli lwezwe lwaba omiyane ezweni lonke laseGibithe.


Izanusi zenza njalo ngemilingo yazo ukuba ziveze omiyane, kepha azikwazanga; kwaba khona omiyane kubantu nasezilwaneni.


INkosi yasikhuluma kuMozisi isithi kuAroni: Yelula isandla sakho esilenduku yakho phezu kwemifula, laphezu kwemifula, laphezu kwamachibi, amaxoxo akhuphukele elizweni leGibhithe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ