Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 7:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka, abaseGibithe babengenakuphuza amanzi omfula; kwaba khona igazi ezweni lonke laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka; abaseGibithe babengenakuphuza amanzi asemfuleni; igazi lalikhona ezweni lonke laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 kwafa izinhlanzi. Umfula wanuka kangangokuthi abaseGibhithe abakwazanga ukuphuza amanzi awo: kwakunegazi kulona lonke iGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 7:21
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphendula amanzi abo aba ligazi, wabulala izinhlanzi zabo.


Izinhlanzi ezisemfuleni ziyakufa, nomfula unuke; futhi abaseGibhithe ngeke bawaphuze amanzi omfula.


OMose no-Aroni benza njengalokho uJehova ebayalile; waphakamisa udondolo, washaya amanzi aseNayile phambi kwamehlo kaFaro naphambi kwamehlo ezinceku zakhe; futhi onke amanzi omfula aphenduka igazi.


Izanusi zaseGibithe zenze njalo ngobuthakathi bazo, futhi inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


Abadobi bayakukhala, bonke abaphonsa izingwegwe ezifuleni bayolila, abeneka amanetha emanzini baphele.


Kwafa ingxenye yesithathu yezidalwa ezisolwandle ezinemiphefumulo; nengxenye yesithathu yemikhumbi yachithwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ