Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 6:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amadodana kaKohati ngo u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Amadodana kaKhohathi: ngu-Amramu, uJizihari, uHebhroni, no-Uziyeli. Iminyaka kaKhohathi yokuphila yaba yi-133.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 6:18
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

emadodaneni ka-Uziyeli: ngu-Aminadaba inhloko nabafowabo, beyikhulu neshumi nambili.


Amadodana kaKohati: u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli, bebane.


Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


Amadodana kaKohati: ngoShela; u-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.


Kwasekuphuma umuntu wendlu kaLevi, wathatha indodakazi kaLevi.


UMose wabiza uMishayeli no-Elsafani, amadodana ka-Uziyeli, uyisekazi ka-Aroni, wathi kubo: “Sondelani nikhiphe abafowenu ngaphandle kwekamu phambi kwendlu engcwele;


Yilaba ababalwayo kumaLevi ngemindeni yawo: kwaGereshoni: ngumndeni wakwaGereshoni; kwaKohati: ngumndeni wakwaKohati; kwaMerari: ngumndeni wakwaMerari.


Amadodana kaKohati ngemindeni yawo; u-Amramu no-Ishehari, uHebroni no-Uziyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ