Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Makubekwe umsebenzi phezu kwamadoda, ukuze asebenze kuwo; futhi kabangalaleli amazwi ayize.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Mayenziwe ibe nzima imisebenzi phezu kwabantu, bayisebenze, banganakekeli amazwi okukhohlisa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Mawenziwe nzima umsebenzi kubo yikhona bezonaka wona, bangawalaleli amazwi adukisayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:9
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uthi, (kepha lawa ngamazwi ayize): Ngilamacebo lamandla okulwa. Pho nithemba bani ukuthi nihlubuke Kimi?


Ingabe amazwi ayize ayoba nesiphetho? kumbe yini ekuqinisayo ukuthi uphendule?


Zase ziphuma izikhulu zabantu nezinceku zazo, zakhuluma kubantu, zathi: “Usho kanje uFaro, uthi: Angiyikuninika utshani.


Futhi indaba yezitini abazenzile kuze kube manje, kumelwe ubeke phezu kwayo; aniyikunciphisa namunye kuzo, ngokuba bayavilapha; ngalokho bayabiza, bathi: ‘Masihambe sihlabele uNkulunkulu wethu.’


U-Azariya indodana kaHoshaya noJohanani indodana kaKhareya nawo onke amadoda azidlayo bathi kuJeremiya: “Ukhuluma amanga; uJehova uNkulunkulu wethu akakuthumanga ukuthi uthi: Ningayi eGibithe ukuba nigogobale khona.


Kepha amazwi ami nezimiso zami engayala ngakho izinceku zami abaprofethi, akubambanga yini koyihlo na? babuya, bathi: “Njengokuba uJehova Sebawoti wayehlosile ukwenza kithi njengezindlela zethu nezenzo zethu, wenze njalo kithi.


Nathi: Kuyize ukukhonza uNkulunkulu; kunenzuzoni ukuthi sigcine ukwahlulela kwakhe, sihambe ngokulila phambi kukaJehova Sebawoti na?


Makungabikho onikhohlisayo ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalezo zinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ