Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 5:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Izinceku zabantwana bakwa-Israyeli ezazimise izikhulu zikaFaro phezu kwabo zashaywa, zathi: “Aniwuqedanga ngani umsebenzi wenu wokwenza izitini izolo nanamuhla njengakuqala na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Izinduna zabantwana bakwa-Israyeli abazibeke phezu kwabo abaphathi bakaFaro zashaywa, zabuzwa ukuthi: “Aniqedanga ngani umsebenzi wenu izolo nanamuhla ukubumba izitini njengaphambili na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Abaphathi babakwa-Israyeli ababebekwe yizinduna zikaFaro ukubaphatha, bashaywa, babuzwa ukuthi: “Aniwuqedanga ngani umsebenzi wezitini ebeniwunqunyelwe izolo nanamuhla, njengoba benenza nsuku zonke na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 5:14
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.


Izikhulu zashesha zathi: “Qedelani imisebenzi yenu yezinsuku zonke njengalapho kunotshani.”


Zase zifika izinceku zabantwana bakwa-Israyeli, zambiza uFaro, zathi: “Uziphatheleni kanje izinceku zakho na?


UFaro wazilaya izikhulu zabantu nezinceku zabo ngalona lolo suku, wathi:


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova Sebawoti, ithi: “Nina bantu bami, enakhileyo eSiyoni, ningalesabi i-Asiriya;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ