Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 40:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 UMose walimisa itabernakele, wamisa izisekelo zalo, wamisa izinsika zalo, wafaka imigoqo yalo, wamisa izinsika zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UMose walimisa itabernakele, wabeka izinyawo zalo, wamisa amapulangwe alo, wafaka imishayo yalo, wamisa izinsika zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UMose walimisa ithabanakeli, wabeka izisekelo zalo, wamisa amapulangwe, wafaka imishayo, wamisa izinsika zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 40:18
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Angihlalanga endlini kusukela osukwini engakhuphula ngalo abantwana bakwa-Israyeli eGibithe kuze kube namuhla, kepha ngahamba etendeni nasetabernakele.


Kwathi ngenyanga yokuqala ngomnyaka wesibili, ngolokuqala lwenyanga, lamiswa itabernakele.


Weneka itende phezu kwetabernakele, wabeka isifulelo setende phezu kwalo; njengalokho uJehova emyalile uMose.


Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakumisa itende lokuhlangana.


Abakhé khona abayikusho ukuthi: Ngiyagula; abantu abahlala kulo bazathethelelwa ububi babo.


Ngiyakumisa itabernakele lami phakathi kwenu, umphefumulo wami awuyikunengwa yinina.


Nami ngithi kuwe: Wena unguPetru, phezu kwalelidwala ngiyakulakha ibandla lami; futhi amasango esihogo ngeke alinqobe.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Kodwa kwathi ukuphelela kwesikhathi sekufikile, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazana, yazalwa ngaphansi komthetho.


Kepha uma ngilibala, ukuze wazi ukuthi kufanele ukuziphatha kanjani endlini kaNkulunkulu, eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.


Nina enigcinwa ngamandla kaNkulunkulu ngokholo kube yinsindiso elungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina.


Ngase ngizwa izwi elikhulu livela ezulwini, lithi: Bheka, itabernakele likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo, abe nguNkulunkulu wabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ