Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Basebebophela izihloko zombili zamaketane ezitsheni zombili, bazifaka ezizibeni zamahlombe zengubo yamahlombe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ezinye izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka ezisekelweni ezimbili, wazibeka ngaphambili ezizibeni zengubo yamahlombe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Izihloko ezimbili zamaketanga athandelweyo bazifaka emiphethweni yomibili, bazibeka ezizibeni ezisemahlombe ukuya ngaphambili kwazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:18
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengomsebenzi womqophi wamatshe, njengokuqoshwa kophawu, uyakuqopha amatshe omabili ngamagama abantwana bakwa-Israyeli;


namaketanga amabili egolide elicwengekileyo ekugcineni; wowenza umsebenzi osongiweyo, ubophe amaketanga ecaleni.


Kumelwe ibe nezizinda ezimbili zamahlombe zihlanganiswe emaceleni ayo omabili; futhi kanjalo izohlanganiswa.


Bawafaka amaketanga omabili egolide emasongweni omabili emaceleni esihlangu sesifuba.


Benza amasongo amabili egolide, bawafaka emaceleni omabili esihlangu sesifuba emphethweni waso ongaphakathi kwe-efodi.


Izihlathi zakho zinhle ngezinhlobonhlobo zamatshe ayigugu, intamo yakho ngamaketanga egolide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ