Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Amatshe ayelitshumi lambili njengamabizo abantwana bakoIsrayeli, njengamabizo abo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Amatshe ayeyishumi nambili njengamagama amadodana ka-Israyeli, njengamagama abo; njengokuqoshwa kwendandatho yilelo nalelo lalinegama lakhe kuzo izizwe eziyishumi nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Kwakungamatshe ali-12 alingana namagama amadodana ka-Israyeli; ayeqoshwe njengendandatho yokusicilela, kuqoshwe kulelo nalelo igama lesizwana ngasinye kwezili-12.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:14
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Njengomsebenzi womqophi wamatshe, njengokuqoshwa kophawu, uyakuqopha amatshe omabili ngamagama abantwana bakwa-Israyeli;


uhla lwesine lwaba yiriyeli, neshohamu, nejaspi; ayevalelwe emasaka egolide emacaleni awo.


Benza esihlangwini sesifuba amaketanga emaceleni omsebenzi osontiwe ngegolide elicwengekileyo.


inogange olukhulu noluphakemeyo, inamasango ayishumi nambili, nasemasangweni izingelosi eziyishumi nambili, kulotshwe kuwo amagama angawezizwe eziyishumi nambili zabantwana bakwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ