Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 39:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 uhla lwesine lwaba yiriyeli, neshohamu, nejaspi; ayevalelwe emasaka egolide emacaleni awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 uhla lwesine lwaba yikrisolithi,* neshohamu,* nejaspi;* ayezungeziwe yizisekelo zegolide lapho zifakwe khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 emugqeni wesine kwaba yikhrisolithe, yi-oniksi, nejasiperi; ayezungezwe yizisekelo zegolide lapho ayefakwe khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 39:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Igolide lalelo zwe lihle: kukhona ibhalsamu netshe leshohamu.


Manje ngawo wonke amandla ami ngilungisele indlu kaNkulunkulu wami igolide lezinto zokwenziwa ngegolide, nesiliva lezinto zesiliva nethusi okwezinto zethusi, insimbi okwezinto zensimbi nokhuni lwezinto ngokhuni; amatshe e-shohamu, namatshe okubekwa, namatshe akhazimulayo, nayo yonke imibala, nazo zonke izinhlobo zamatshe ayigugu, namatshe etshe lemabula ngobuningi.


Njengomsebenzi womqophi wamatshe, njengokuqoshwa kophawu, uyakuqopha amatshe omabili ngamagama abantwana bakwa-Israyeli;


Kumelwe uthathe amatshe amabili eshohamu uqophe kuwo amagama abantwana bakwa-Israyeli.


uhla lwesithathu lwaba yihakiki, ne-agathe, ne-amethiste;


Amatshe ayelitshumi lambili njengamabizo abantwana bakoIsrayeli, njengamabizo abo;


Izandla zakhe zinjengamasongo egolide anombala omuhle, isisu sakhe sinjengophondo lwendlovu olukhazimulayo oluhuqwe ngamasafire.


Ukubonakala kwamasondo nomsebenzi wawo kwakunjengombala ocwebezelayo, omane ayefana, nokubukeka kwawo nomsebenzi wawo kwakunjengesondo phakathi kwesondo.


Eyesihlanu isardoniksi; eyesithupha yisardiyu; eyesikhombisa ikrizolithe; eyesishiyagalombili ikrisolite; eyesishiyagalolunye yitopazi; eyeshumi yikrisoprasu; eyeshumi nanye yihiyakinte; eyeshumi nambili, i-amethiste.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ