Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 nezinyawo zegceke nxazonke, nezinyawo zesango legceke, nezikhonkwane zonke zetabernakele, nezikhonkwane zonke zegceke nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 nezinyawo zegceke nxazonke, nezinyawo zesango legceke, nazo zonke izikhonkwane zetabernakele, nazo zonke izikhonkwane zegceke nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 zonke izisekelo ezizungeze igceke, nezesango legceke, nazo zonke izikhonkwane zethabanakeli nxazonke zegceke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:31
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsika zalo ezingamashumi amabili nezinyawo zazo zibe ngamashumi amabili zethusi; izisekelo zezinsika namasongo azo abe yisiliva.


Zonke izitsha zetabernakele enkonzweni yalo, nezikhonkwane zalo zonke nezikhonkwane zonke zegceke ziyakuba ngethusi.


Wenza ngalo izisekelo zomnyango wetende lokuhlangana, ne-altare lethusi, nocezu lwalo lwethusi, nezinto zonke ze-altare;


Benza izindwangu ezibubende, eziyibubende, nezibomvu, zokukhonza endlini engcwele, benza izambatho ezingcwele zika-Aroni; njengalokho uJehova emyalile uMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ