Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 38:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wazenza zonke izinto ze-altare, amakhanzi, namafosholo, nezitsha, namakhona enyama, nemicengezi yomlilo; zonke izitsha zalo wazenza ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wazenza zonke izinto ze-altare, amakhanzi, namafosholo, nezitsha, nezimfoloko, nemicengezi yomlilo; wazenza zonke izinto zalo ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Wenza zonke izimpahla ze-althare; amabhodwe, amafosholo, imicengezi, izimfologo nemicengezi yomlilo, konke wakwenza ngethusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 38:3
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amakhanzi, namafosholo, nezingwegwe, nazo zonke izinto zakhona uHiramu uyise wazenzela inkosi uSolomoni, kube yindlu kaJehova ngethusi elikhazimulayo.


Wenza nolwandle olubunjiweyo; lwaluyizingalo eziyishumi ukusuka onqenqemeni kuze kube sekugcineni, luzungeze nxazonke, nezingalo eziyisihlanu ukuphakama; umucu oyizingalo ezingamashumi amathathu wawudwengula inhlangothi zonke.


Uyakwenza izitsha zalo zokususa umlotha walo, namafosholo alo, nezitsha zalo, nezimpondo zalo, nemicengezi yalo yomlilo; zonke izitsha zakhe uzenze ngethusi.


Wenza izimpondo zalo emagumbini alo omane; izimpondo zakhe zaziphuma kulo, wazinameka ngethusi.


Walenzela i-altare ihele lethusi elinenetha phansi kokuzungeza kwalo kuze kube phakathi nalo.


Umkhuba wabapristi phakathi kwabantu wawuwukuthi, lapho umuntu enikela ngomhlatshelo, kwafika inceku yompristi inyama isabila, iphethe ikona lenyama elinamazinyo amathathu esandleni sayo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ